Deborah Fraser – Siyakhothama

Deborah Fraser – Siyakhothama Mp3 Download

Siyakhothama by Deborah Fraser Mp3 Download

Get this amazing new song titled Siyakhothama by Deborah Fraser. Deborah Marcia Fraser (June 9, 1965 – May 15, 2022) was a South African gospel singer. She began her career in 1985 as a backing singer, and recorded her own album in 2000, titled Abanye bayombona. His song is available for streaming and downloading on all our platform.

Download & Stream Mp3 Below

Lyrics Of Siyakhothama by Deborah Fraser

Umelwe ukudunyiswa yizizwe zonkeKuwo wonke la magumbi amane omhlabaNguwe wedwa lo Thixo wasemanduloWawukhona ekuqaleni BabaNamanje ungusewuye
Igama lakho linguThixo (Gama lakho)Ungumdali wezulu nomhlaba (Unngumdali)Ungumadida indoda engaziwa (UnguJehova)Igama lakho linguThixo (Igama lakho)Ungumdali wezulu nomhlabaUngumadida indoda engaziwa (Ungumdali wezinto zonke Baba unguJehova)
Siyakhothama (Siyakhothama) (Siyakhothama kuwe kuwe kuwe Baba)Siyakhothama (Siyakhothama) (Siyakhothama kuwe kuwe kuwe Baba)Siyakhothama
Siyakhothama (Siyakhothama) (Siyakhothama kuwe kuwe kuwe Baba)Siyakhothama (Siyakhothama) (Siyakhothama kuwe kuwe kuwe Baba)Siyakhothama
Izishosha zisukumileIzimpumputhe zavuleka amehloUlwandle lwavuleka kabiliSibabaza ubukhulu bakhoIloyo nalo muntuMakakhothameSibabaza ubukhulu bakho mongameli
Igama lakho linguThixo (Mongameli)Ungumdali wezulu nomhlaba (Ungumdali wezulu nomhlaba)Ungumadida indoda engaziwa (Ungubayede)Igama lakho linguThixo (Mongameli)Ungumdali wezulu nomhlaba (Sahlanzwa ngalelogazi)Ungumadida indoda engaziwa (Umele Baba ukukhothanyelwa)
Siyakhothama (Siyakhothama) (Siyakhothama kuwe kuwe kuwe Baba)Siyakhothama (Siyakhothama) (Siyakhothama kuwe kuwe kuwe Baba)Siyakhothama (Uyiingcwele uyingwele Baba)Siyakhothama (Siyakhothama) (Siyakhothama kuwe kuwe kuwe Baba)Siyakhothama (Siyakhothama) (Siyakhothama kuwe kuwe kuwe Baba)Siyakhothama (Akekho omunye Baba wena ungubayede)
Igama lakho linguThixo (Siyolibong’izulu ngawe)Ungumdali wezulu nomhlabaUngumadida indoda engaziwa (Siyambonga ongabonwa ngawe)Igama lakho linguThixo (Siyakhothama ndodana kaJudah)Ungumdali wezulu nomhlaba (Siyakhothama wena ngonyama yezulu)Ungumadida indoda engaziwa (Akekho ongafaniswa nawe)
Siyakhothama (Siguqe ngamadolo) (Siyakhothama kuwe kuwe kuwe Baba)Siyakhothama (Siguqe ngamadolo) (Siyakhothama kuwe kuwe kuwe Baba)SiyakhothamaSiyakhothama (Siguqe ngamadolo) (Siyakhothama kuwe kuwe kuwe Baba)Siyakhothama (Siguqe ngamadolo) (Siyakhothama kuwe kuwe kuwe Baba)Siyakhothama

DOWNLOAD HERE

Lyrics of Deborah Fraser – Siyakhothama

Be the first to comment

Leave a Reply

Your email address will not be published.


*