
Deborah Fraser – Sizwile Ukukhala Mp3 Download
Sizwile Ukukhala by Deborah Fraser Mp3 Download
Get this amazing new song titled Sizwile Ukukhala by Deborah Fraser. Deborah Marcia Fraser (June 9, 1965 – May 15, 2022) was a South African gospel singer. She began her career in 1985 as a backing singer, and recorded her own album in 2000, titled Abanye bayombona. His song is available for streaming and downloading on all our platform.
Download & Stream Mp3 Below
Lyrics Of Sizwile Ukukhala by Deborah Fraser
Sisebusweni bakho
Baba Nkosi yethu Sifun’ umusa wakho Ngomthandazo wethuSizwile ukukhala (Sizwile ukukhala)
Kwaba lahlekile (kwaba bahlekileyo) Siyaba, siyabathandazela (Siyabathandazela) Nkosi mabaphile (Nkosi mabaphile)Solale emahlathini (Solale emahlathini)
Silwa nosathane (Silwa nosathane) Soncam’la mazwe namazwe (Soncam’la mazwe namazwe) (Ngegama lenkosi)Izizwe eziningi zisebumnyameni
Zisendleleni embi Eya ekufeni Iba nomusa kuzo Ziphe izwi lakho Susubumnyama bazo Ngokukhanya kwakhoSizwile, sizwile ukukhala (Sizwile ukukhala)
Ohh, kwaba lahlekileyo (kwaba bahlekileyo) Siyaba, siyabathandazela (Siyabathandazela) (Nkosi mabaphile)Solale emahlathini (Solale emahlathini)
Silwa nosathane (Silwa nosathane) Amazwe namazwe, baba (Soncam’la mazwe namazwe) Yebo baba (Ngegama lenkosi)Sizwile ukukhala baba (Sizwile ukukhala)
Ohh, kwaba lahlekileyo (kwaba bahlekileyo) Ohh, siyabathandazela nkosi (Siyabathandazela) Sicela baba mabaphile nkosi (Nkosi mabaphile)Thumela abefundisi (Thumela abefundisi)
Benamandla wonke (Benamandla wonke) Batshel’ abantu bonke (Batshel’ abantu bonke) Izindaba zakhoUmbuso wakho uze
Emhlabeni wonke baba Yandisa abantu bakho Ezizweni zonkeSizwile ukukhala (Sizwile ukukhala)
Kwaba lahlekileyo (kwaba bahlekileyo) Siyabathandazela (Siyabathandazela) Ohh, nkosi mabaphile baba(Nkosi mabaphile)Solale emahlathini (Solale emahlathini)
Silwanaye usathane (Silwa nosathane) Sincamula amazwe namazwe (Soncam’la mazwe namazwe) (Ngegama lenkosi)Sizwile ukukhala (Sizwile ukukhala)
Kwaba lahlekile (kwaba bahlekileyo) Siyabathandazela nkosi (Siyabathandazela) Ohh, mabaphile ngegama lakho baba (Nkosi mabaphile)Solale emahlathini (Solale emahlathini)
Silwanaye usathane (Silwa nosathane) Sincamula amazwe namazwe (Soncam’la mazwe namazwe) Ngezwi lakho baba (Ngegama lenkosi)Sizwile ukukhala (Sizwile ukukhala)
Kwaba lahlekile (kwaba bahlekileyo) Mabaphile baba, siyabathandazela (Siyabathandazela) (Nkosi mabaphile)Solale emahlathini (Solale emahlathini)
Silwanaye usathane (Silwa nosathane) Sincamula amazwe namazwe (Soncam’la mazwe namazwe) (Ngegama lenkosi)
Leave a Reply